UMTHUNYWA

UBen 10 ‘ubejola’ lomfelokazi wendoda asolwa ngokuyibulala

UBEZITIKA ngocansi lomfelokazi (50), wendoda asolwa ngokuyibulala uBen 10 (30), ngemva kwenyanga umufi engcwatshiwe. Lokhu kuvele enkantolo enkulu yeThekwini, ngoLwesithathu, ngesikhathi kuqhubeka ukulalelwa kwecala lokubulala elibhekene lo Lindani Phungula (30).

UPhungula usolwa ngokudubula abulale uMnumzana Jabulani Mchunu, emzini wakhe oseLuganda, ePinetown ngo-2022. UNkk Gugu Mchunu (50), laye ongummangalelwa kuleli cala, ubesagcwele amathafa. Kuvela ukuthi uPhungula loNkk Mchunu babethandana ngesikhathi kubulawa uMchunu.

ILANGA selibike izikhawu ngalolu daba. UNkk Mchunu wabotshwa ehamba loPhungula, beyofuna ukusayinelwa amaphepha omshwalensi ngamapholisa. Bafika baphoswa imibuzo, walihlanza lonke iqiniso ngokufa komyeni wakhe, kwaba yikubotshwa kwabo loPhungula, badedelwa ngebheyili.

Sekuqulwa icala, uNkk Mchunu wasiphika isitatimende sokuvuma icala, wathi wasenza ngoba esatshisiwe.

Lokhu kwaholela ekutheni kuqalwe i-trial within a trial, eyagcina inqotshwe ngumbuso. Isitatimende sokuvuma icala semukelwa njengobufakazi becala. Ngemva kwaleso sinqumo, uNkk

Mchunu walibalekela icala, kuze kube yimanje.

NgoLwesithathu enkantolo, umtshushisi u-Adv Thabani Buthelezi, ubuze uPhungula ukuthi emuva kokubulawa kukamufi, baqhubeka yini bethandana, benza konke okwenziwa ngabantu abathandanayo loNkk Mchunu. Uvumile uPhungula, waveza ukuthi baqala ukuzitika ngocansi ngemva kwenyanga eyodwa umufi engcwatshiwe, uNkk Mchunu esegeziwe ngembuzi.

Uthi akabanga lankinga lalokhu ngoba ngokwazi kwakhe, umuntu uma esegeziwe usuke esengaya laye ocansini. Icala liyaqhubeka kanti kukhangelelwe ukuthi umbuso kanye lommeli wakhe

uPhungula, uMnu Thiagaraj Prem Pilley, beze izethulo zokusonga.

Leave a Comment